Fakaloice – Angzazi

Angzazi – Fakaloice Lyrics Letra:
(Chorus)
Nkulunkulu min’izitha zam angzazi [x2] Ngoba mangkhala zikhala kanye nami
Noma nghleka zihleka kanye nami

[Verse 1] Mangshona le nabashona le
Nkulunkulu ngcela ungvikele
Iksasa anglaz ukuth lingphathelen
Umhlaba unezitha ziphelele
Thatha ama chance laphaka i-flag
Bonke ngbafilisa i-pressure
Nyusan i-pace
Banye bavala amagate
Angnamali
Emphakathini bakhala nami
Angnawo maningi
Mangfika ngfika nezinja zami
Ngthe masengfikile
Bakhombana bodwa bath angena amanz’endlin [x2]

(Chorus)
Nkulunkulu min’izitha zam angzazi [x2] Ngoba mangkhala zikhala kanye nami
Noma nghleka zihleka kanye nami

(Verse 2)
Mina ngphush’iphupho lami
Bafuna konke okungokwam
Nghlel’iphansi ngyacabanga
Kahle kahle uban’ogcwale ngam?
Angi understandi
Bafethu animeni
Emakhonen’inkulumo azipheli
Zwelana nam ngaphakathi u happy
Why why why?
Bafeth animeni now now now…
Impilo yam ngisebenzele
Kunini ngigudla ntwana ngbekeze
My enemies ayangphazamisa
And my family is all I need…

(Chorus)
Nkulunkulu min’izitha zam angzazi [x2] Ngoba mangkhala zikhala kanye nami
Noma nghleka zihleka kanye nami

%d blogueiros gostam disto: