Intaba Yase Dubai – Ngiyamthanda

Ngiyamthanda Lyrics
Intaba Yase Dubai – Ngiyamthanda Lyrics

Chorus
Baba nomama wami, aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami, aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)

Post-Chorus
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)

Verse 1
Bazali bami, ningixolele nami angizenzi
Nami ngilawulwa Inhliziyo , ikhalisa isginci ngidansele sona
Baba nomama wami, njengoba nani nangizala nibabili
Ngicela ningipheni ithuba nami owami umuzi ngizakhele wona
Engingakusho ngimthandile (Engingakusho ngimthandile)
Kulomzuzwana ngimazile (Kulomzuzwana ngimazile)
Nhliziyo yami uyithathile (Nhliziyo yami uyithathile)
Nhliziyo yami isikhulumile (Ithi)
Umathandana wami lona
Umathandana wami lona
Umathandana wami
Umathandana wami
Chorus
Baba nomama wami, aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda
Baba nomama wami, aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda (Ngayikhethela yena)
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)

Post-Chorus
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)

Verse 2
Ngathi sengiyabona sewugijima lonke igceke
Sengihambe ngibakhomba , ngithi naba bafwethu baphakele ma
Lapho iyinkomo seyiphumile zonke
Usuwumakoti wasekhaya ngokusemthethweni
Sebekuthele ngenyongo
Manje sifuna i-step sasemshadweni
Esithi, umathandana wami lona
Umathandana wami lona
Umathandana wami
Umathandana wami
Umathandana wami lona
Umathandana wami (Engazikhethela yena)
Chorus
Baba nomama wami, aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda (Ngayikhethela yena)
Baba nomama wami, aningiyekeleni
Ngoba ngiyamthanda (Ngayikhethela yena)
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)
Baba nomama wami (Ohha)
Aningiyekeleni (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)

Post-Chorus
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ohha)
Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela)

Outro
Ohha
Ohha
Ngiyamthanda ngayikhethela
Ohha
Ohha
Ngiyamthanda ngayikhethela

Intaba Yase Dubai

%d blogueiros gostam disto: